Showing posts with label Zulu Swazi. Show all posts
Showing posts with label Zulu Swazi. Show all posts

Sunday, November 15, 2015

27

IZITHAKAZELO OF NGUNI CLANS

  • Sunday, November 15, 2015
  • Samuel Albert
  • Below are some izithakazelo (Kinship group praises)  for some nguni or ngoni clans collected from the web. As you may notice some are in Zulu, Xhosa and other nguni languages. You can use http://www.isizulu.net to get the meaning of the words. This site has an online zulu dictionary that you may also use to translate the ngoni songs found on this site. Remember that isiZulu, isiNgoni, isiXhosa, siSwati and isindebele are all nguni languages and are therefore mutually intelligible.

    Note: Isithakazelo (plural Izithakazelo)are poems praising important people e.g. ancestors within a Nguni clan. They are the story of a clan. The shortened version is used as a fond greeting of a clan member.

    Zithakazelo zakwaMsimang (now known as Simango in Malawi according to GT Nurse)

    Thabizolo
    Nonkosi
    Mhlehlela
    Nhlokozabafo
    Sdindi Kasiphuki
    Sihlula amadoda
    Mphand`umnkenkenke
    Mlotshwa...

    Zithakazelo zakwa Khumalo

    Mntungwa!
    Mbulaz'omnyama
    Abathi bedla, umuntu bebe bemyenga ngendaba.
    Abadl'izimf'ezimbili Ikhambi laphuma lilinye.
    Lobengula kaMzilikazi, Mzilikazi kaMashobana
    Shobana noGasa kaZikode, Zikode kaMkhatshwa.
    Mabaso owabas'entabeni, Kwadliwa ilanga lishona
    Bantungw'abancwaba!
    Zindlovu ezibantu, Zindlovu ezimacocombela.
    Nina bakwaMawela, Owawel'iZambezi ngezikhali.
    Nina bakaNkomo zavul'inqaba, Zavul'inqaba ngezimpondo kwelaseNgome.
    Nina enal'ukudl'umlenze KwaBulawayo!
    Mantungw'amahle! Bantwana benkosi, Nina bakwaNtokela!
    Ndabezitha!
    Maqhaw'amakhulu

    Izithakazelo zakwa-Dlamini (Nkosi)

    Nkosi
    Dlamini Hlubi
    Ludonga LaMavuso
    Abay`embo bebuyelela
    Sidwaba sikaLuthuli
    Wena esingangcwaba sibuye noMlandakazi
    Abawela lubombo ngekuhlehletela
    Nina baSobhuza uSomhlolo
    Umsazi kaSobhuza
    Mlangeni
    Nina bakwakusa neLanga
    Nina bakwaWawawa
    Lokothwana
    Sibalukhulu
    Nina beNgwane
    Nina besicoco sangenhlana
    Nina beKunene

    ezakwa Khambule

    Mncube!
    Mzilankatha!
    Nina bakwaNkomo zilal'uwaca
    Ezamadojeyana zilal'amankengana
    Mlotshwa!
    Malandel'ilanga
    Mpangazitha!
    Magosolo!
    Nina basebuhlen'obungangcakazi
    Abadl'umbilini wenkomo kungafanele
    Kwakufanel'udliwe ngabalandakazi
    Nina bakaDambuza Mthabathe
    Nina basemaNcubeni
    Enabalekel'uShaka
    Naziphons'emfuleni
    Kwakhuz'abantu banifihla
    Naphenduk'abakwaKhambule
    Nafik'eSwazini
    Naphenduk'uNkambule
    Nina baseSilutshana
    Nin'enakhelana noMbunda
    Nina bakaMaweni

    'Thina bakwa Mhlongo sithi'

    Makhedama!
    Soyengwase!
    Nina bakaBhebhe kaMthendeka
    Nina bakaSoqubele onjengegundane
    Nina baseSiweni
    KwaMpuku yakwaMselemusi
    KwaNogwence webaya
    Zingwazi zempi yakwaNdunu
    Njoman'eyaduk'iminyakanyaka
    Yatholakal'onyakeni wesine
    Yabuye yatholakala ngowesikhombisa
    Langeni
    Owavel'elangeni.
    Ngaphandle ke uma ngingatshelwanga kahle ekhaya.

    Izithakazelo zakwa-Ndlovu.

    Gatsheni!
    Boya benyathi!
    Buyasongwa buyasombuluka.
    Mpongo kaZingelwayo!
    Nina bakwandlovu zidl' ekhaya,
    Ngokweswel' abelusi.
    Nina bakwakhumbula amagwala.
    Nina bakwademazane ntombazana
    Nina bakwasihlangu sihle.
    Mthiyane!
    Ngokuthiy'amadod'emazibukweni.
    Nina bakwaMdubusi!

    Izithakazelo Zakwa-gumede

    Mnguni! Qwabe!
    Mnguni kaYeyeye
    osidlabehlezi
    BakaKhondlo kaPhakathwayo
    Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
    Abathi "dluya kubeyethwe."
    Kanti bahlinza imbuzi.
    Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni
    Sidika lolodaba!
    Phakathwayo!
    Wena kaMalandela
    Ngokulandel' izinkomo zamadoda,
    Amazala-nkosi lana!
    Mpangazitha!

    Izithakazelo zakwaMabaso

    Mntungwa,
    Ndabezitha,
    Mbulazi ,
    wen' odl' umunt' umyenga ngendaba,
    wen' omanz' akhuphuk' intaba

    Zithakazelo zakwaNgwenya

    Ngwenya(South African version)
    Mntimande,
    Bambolunye,
    zingaba mbili,
    zifuze konina,
    ekhabonina,
    mabuya,
    bengasabuyi
    baye babuya
    emangwaneni ,
    nungunde,
    wakhothe,
    bayosala beziloyanisa

    Zithakazelo zakwaZulu

    Zulu kaMalandela;
    Zulu omnyama ondlela zimhlophe.
    Nina baka Phunga no Mageba.
    Ndaba; nina bakaMjokwane kaNdaba.
    Nina benkayishana kaMenzi eyaphunga umlaza ngameva.
    Mnguni, Gumede.
    Ndabezitha

    Izithakazelo zakwa zungu:

    Gwabini,
    manzini,
    geda,
    nyama kayishe eshaya ngamaphephezeli
    ncwane,
    hamashe,
    geda,
    wena owaphuma ngenoni emgodini,
    wena owakithi le emaheyeni,sengwayo

    I have just noted that some people have been trying to search for the meaning of the word ndabezitha used above and in some Zulu films such as Shaka Zulu below.

    Ndabezitha is the one of the praise and respect words used when the Zulus and other Ngunis want to acknowledge loyalty to a Nguni royalty. Just as in English one would say, 'your majesty or his royal majesty or your royal majesty' to their king, in Zulu and other nguni words you use the praise word ndabezitha. The word is a contraction of indaba yezitha literally meaning 'matter of the enemies'



    Read more...

    Subscribe